Kwabe kwabakhona ingwenya eyayilambe kakhulu
Once there was a very hungry crocodile.
Yafuna ukudla kancane futhi ithule. Kwase …
He searched for food slowly and quietly. And then…
POW!!! Ingwenya yagadla!
POW!!! The crocodile strikes!
Emva kwalokho, akasalambile, usejabule.
After that he is no longer hungry, and he is happy.
Aze alambe futhi.
Until he gets hungry again.